Abadlali okubalwa kubona uYoane Wissa waseDemocratic Republic of Congo (DRC) odlala kwiNewcastle, Yves Bissouma weTottanham ...
U-Ouaddou uthe ubalulekile ukuthi bangawulahli umgqigqo wabo kuleli khefu ukuze baqhubeke nokufeza izifiso zabo ngale sizini.
UMQEQESHI weKaizer Chiefs, uBen Youssef Khalil, umile ekutheni leli qembu libe nenqubekela phambili kule sizini uma ...
Kushone abantu abayisikhombisa engozini enyantisayo eyenzeke ku-N12 phakathi kwase-Ogies naseMalahleni ngoMsombuluko ekuseni.
Umkhuzi wamaphoyisa kazwelonke General Fannie Masemola uthi ecaleni likaMarius van der Merwe (uFakazi D kwiKhomishini ...
KUHLONISHWE amaciko agqamise iKwaZulu-Natal ezweni nasemhlabeni jikelele ngomculo emcimbi iGagasi FM Beach Festival ...
WUMDLALO wokugcina weBafana Bafana ku-Group A weNdebe yoMhlaba neSouth Korea kuphela ozophoqa abalandeli baseMzansi ukuthi ...
Sekuqalwe uphenyo ngokuputshuka kwamaphepha akwa-matric, afaka iphepha lesiNgisi, iMaths kanjalo nelePhysical Science. Kumiswe abasebenzi bomnyango weMfundo eyisiSekelo, okusolwa ukuthi banesandla ...
UMbalula uthe kubalulekile ukuba i-ANC ivuke izithathe KwaZulu-Natal, wathi uma i-ANC ingase ikwazi ukuvuka izithathe KwaZulu-Natal naseGauteng, ingakwazi ukunqoba ngamalengiso ukhetho.
IZOFUNGISWA ngoLwesithathu indodakazi yomholi weMK, uJacob Zuma, uNksz Brumelda Zuma, ezovala isikhala esivuleke emva kokushiya kukadadewabo ePhalamende, uNkk Duduzile Zuma-Sambudla ...
UMLINGISI obebonakala ethola izindawo ezincane emidlalweni ehlukene kuleli uMondli Thusi, waseNewcastle, uthe usebenze kanzima ukuze abe yingxenye yabalingisi bomdlalo iGenerations: The Legacy.
UMENGAMELI weCosatu, uNksz Zingiswa Losi, uthe ngeke beweseke umshoshaphansi wokugudluza umholi we-ANC, uMnuz Cyril Ramaphosa. UNksz Losi uthe ngeke baze baseke umkhankaso oqhutshwa abantu ...