Sekuqalwe uphenyo ngokuputshuka kwamaphepha akwa-matric, afaka iphepha lesiNgisi, iMaths kanjalo nelePhysical Science. Kumiswe abasebenzi bomnyango weMfundo eyisiSekelo, okusolwa ukuthi banesandla ...
UMbalula uthe kubalulekile ukuba i-ANC ivuke izithathe KwaZulu-Natal, wathi uma i-ANC ingase ikwazi ukuvuka izithathe KwaZulu-Natal naseGauteng, ingakwazi ukunqoba ngamalengiso ukhetho.
Abadlali okubalwa kubona uYoane Wissa waseDemocratic Republic of Congo (DRC) odlala kwiNewcastle, Yves Bissouma weTottanham ...
KUHLONISHWE amaciko agqamise iKwaZulu-Natal ezweni nasemhlabeni jikelele ngomculo emcimbi iGagasi FM Beach Festival ...
U-Ouaddou uthe ubalulekile ukuthi bangawulahli umgqigqo wabo kuleli khefu ukuze baqhubeke nokufeza izifiso zabo ngale sizini.
Kushone abantu abayisikhombisa engozini enyantisayo eyenzeke ku-N12 phakathi kwase-Ogies naseMalahleni ngoMsombuluko ekuseni.
Umkhuzi wamaphoyisa kazwelonke General Fannie Masemola uthi ecaleni likaMarius van der Merwe (uFakazi D kwiKhomishini ...
WUMDLALO wokugcina weBafana Bafana ku-Group A weNdebe yoMhlaba neSouth Korea kuphela ozophoqa abalandeli baseMzansi ukuthi ...
UMQEQESHI weKaizer Chiefs, uBen Youssef Khalil, umile ekutheni leli qembu libe nenqubekela phambili kule sizini uma ...
IZOFUNGISWA ngoLwesithathu indodakazi yomholi weMK, uJacob Zuma, uNksz Brumelda Zuma, ezovala isikhala esivuleke emva kokushiya kukadadewabo ePhalamende, uNkk Duduzile Zuma-Sambudla ...
UDONSWE ngendlebe ngokuthi angakhohlwa lapho ephuma khona umdlali we-Orlando Pirates, uMbekezeli "TLB" Mbokazi obedlala umdlalo wokugcina kuleli qembu ngesikhathi lehlula iMarumo Gallants emdlalweni ...
IBLITZBOKKE iqophe umlando ngokuba yiqembu lokuqala emlandweni elivikele isicoco somlenze waseKapa weHSBC World Sevens Series ngokunqoba ngo 21-19 kwi-Argentina kowamanqamu ngeSonto ntambama eCape ...
Some results have been hidden because they may be inaccessible to you
Show inaccessible results